Lihlehlisiwe 'elendoda yembazo'

2012-11-30 14:02

Durban - Icala lowayengumdlali weBlue Bulls uPhindile Joseph Ntshongwana lihlehlie eNkantolo eNkulu eThekwini.

Icala lihlehliselwe uDisemba 14, nokuyilanga okuzobekwa ngalo usuku lokuqulwa kwecala.

Ummeli kaNtshongwana, uThemba Mjoli, ubengekho enkantolo njengoba elashelwa isifo sikashukela.

UNtshongwana ubhekene necala lokubulala uThembelenkosini Cebekhulu eMontclair ngoMashi 2011, uPaulos Hlongwa, uSimon Ngidi kanye nomunye owesilisa ongaziwa.

Bonke babulawa ngembazo.

Uphinde asolwe ngokuthumba adlwengule owesifazane ngoNovemba 2010, nelokushaya ngenhloso yokulimaza.

Uphinde abhekane namanye amacala amabili okuzama ukubulala.

Wawaphika wonke amacala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-14°C More sun than clouds. Cool. Pta: 6-22°C Showers late. More sun than clouds. Mild.
Jhb: 3-16°C More sun than clouds. Cool. Bloem: 0-12°C High level clouds. Cool.
Dbn: 10-13°C Rain showers. Mostly cloudy. Quite cool. PE: 10-14°C Showers early. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...