Lihlehlisiwe elabenkolo kaSathane

2012-11-09 12:02

Johannesburg - Lihlehlisiwe icala lamadoda amathathu nentombazane abasolwa ngokubulala intombazane esigamekweni okusolakala ukuthi kwakungumhlatshelo eNkantolo eNkulu yaseGoli, kubika i-Eyewitness News ngoLwesihlanu.

ULindon Wagner, 21, Robin Harwood, 18, noHarvey Isha, 23, bagcinwa esitokisini kusukela banqatshelwa ibheyili ngoNovemba wonyaka odlule.

Intombazane, 15, nayo eyathinteka kulokhu kubulala igcinwe ngaphansi kweso labazali bayo.

Ngo-Okthoba wonyaka odlule, uKirsty Theologo, 18, wabhunyelwa ngophethiloli wase okhelwa ngomlilo ngemuva kwe-swimming pool kuJulius Street, eningizmu yeGoli.

Wabe eseshonela esibhedlela iChris Hani Baragwanath.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Sunny. Cool. Pta: 17-29°C Showers late. Morning clouds. Warm.
Jhb: 15-24°C Showers late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 18-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-27°C Afternoon clouds. Warm. PE: 16-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...