Lihlehlisiwe elabadlali base-Uruguay

2011-05-20 16:24

Cape Town - Lihoxisiwe icala lokuvimbela ukusebenza kwengalo yomthetho ebelibekwe isikhulu seqembu lebhola lombhoxo lase-Uruguay, emuva kokuthi abadlali baleli qembu abasolwa ngokudlwengula bevele eNkantolo yeMantshi eKapa ngoLwesihlanu.

UCesar Borges, 37, nowathi uzonika lowo osolwa ngokuba yisisulu imali yokuthi abhekane nezindleko zezempilo uma ehoxisa leli cala, uhambe eyindoda ekhululekile emuva kokuhanjiswa kwamaphepha ngaphambi kwenhlangano ebhekele ukushushiswa kwamacala omphakathi, iWestern Cape Directorate for Public Prosecutions.

Ngokwethimba elimele abasolwa, lesi siphakamiso senziwa ngenhloso yokuthi ithimba lase-Uruguay liqhubeke nohambo lwalo ngaphandle kokukhathazeka ngecala lokudlwengula, hhayi ngoba kwakuqondwe ukuphazamisa ukusebenza kwengalo yomthetho.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Sesimi ku-9 isibalo sabashonile engozini

Emizuzwini eyi-12 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Warm. PE: 10-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...