Lihlehlile elokudlwengulwa kwengane eLimpopo

2012-09-25 16:32
Yabelani Shicilela

Johannesburg - INkantolo yeMantshi eMankweng ilihlehlisile icala lokudlwengulwa kwengane eneminyaka eyisithupha ubudala elibhekene nendoda eneminyaka engu-44 ubudala, kusho amaphoyisa.

ULesley Thupane uzophinda abuyele enkantolo mhlaka-16 Okthoba, esezofaka isicelo sebheyili, kusho uConstable Moses Molepo.

Kuthiwa ingane yabe idlala egcekeni ngesikhathi umsolwa eyibamba ngenkani eyiyisa kwakhe efika eyidlwengula, lokhu kwenzeke ngoMgqobelo.

Ingane kuthiwa yabonwa yilungu lomndeni elasola ukuthi kukhona okushaya amanzi, yabe seyiyiswa kudokotela owabe eseqinisekisa ukuthi idlwenguliwe.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-13°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...