Lihlehlile elikanesi owadlwengula isiguli

2012-03-06 13:31

Bloemfontein - INkantolo yeMantshi yaseFree State ilihlehlisile icala elibhekene nonesi wesilisa osolwa ngokudlwengula isiguli esasigulela ukufa siphethwe ngumdlavuza ngoLwesibili.

Umsolwa oneminyaka engu-33 ubudala uzobuyela ngaphambi kwenkantolo mhlaka 24 ku-Ephreli nalapho icala lakhe lizongena enkantolo enkulu.

Umsolwa waboshwa emuva kokuthi isigulu esineminyaka engu-50 ubudala sambika ukuthi usidlwengulile elekelelwa ngowesifazane naye ongumhlengikazi.

Owesifazane wagcina ngokudlula emhlabeni.

Engakashoni wakwazi ukukhomba ngenjumbane umsolwa nokho wehluleka ukukhomba owesifazane.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Morning clouds. Cool. Pta: 5-18°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Cool. Bloem: 2-12°C Morning clouds. Cool.
Dbn: 9-23°C Sunny. Mild. PE: 14-17°C Passing showers. Breaks of sun late. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...