Lihlehlele ozayo icala 'lendoda yembazo'

2012-12-14 14:03

Durban - Icala lokubulala elibhekene nalowo owayengumdlali wamaBlue Bulls uPhindile Joseph Ntshongwana lizoqhubeka nokuthethwa ngonyaka ozayo eNkantolo eNkulu yaseThekwini.

Leli cala libekelwe umhlaka-15 kuya ku-26 Ephreli.

UNtshongwana wethweswa amacala okubulala uThembelenkosini Cebekhulu eMontclair eThekwini ngoMashi 2011, uPaulos Hlongwa, uSimon Ngidi nendoda engaziwa izinsuku zilandelana.

Bonke baklajwa ngembazo.

Waphinde wabekwa icala lokuthumba nokudlwengula owesifazane ngoNovemba 2010, nokumshaya ngenhloso yokumlimaza.

Amanye amacala abhekene nawo abandakanya nelokuzama ukubulala.

Uyawaphika wonke amacala.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kubulawe onogada ababili eGoli

Emizuzwini eyi-35 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 18-29°C a few showers. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-24°C Showers late. Afternoon clouds. Mild. Bloem: 14-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-23°C Sprinkles late. More clouds than sun. Mild. PE: 15-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...