Ligcine ngokushona iphoyisa ebelidunwa imoto

2012-12-19 08:29

Johannesburg - Iphoyisa likamasipala lishonele eTshepo-Themba Private Hospital, eDobsonville, ngemuva kokudutshulwa ngesikhathi lidunwa imoto eJabulani, kusho amaphoyisa.

"Leli phoyisa lidutshulwe amahlandla amane ngesikhathi lidunwa imoto yalo laphucwa nesibhamu somsebenzi," kusho okhulumela amaphoyisa kamasipala uChief Supt Wayne Minnaar.

UMinnaar uthe leli phoyisa, 24, belingekho emsebenzini ngesikhathi sesigameko.

"Eminye imininingwane izodedelwa ngokuhamba kwesikhathi," esho.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone umuntu engozini eKZN

2014-12-22 18:06
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-28°C Passing showers. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 15-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 20-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-31°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...