Libuyele enkantolo eleFacebook Rapist

2012-04-13 07:23
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Kulindeleke avele eNkantolo eNkulu yaseKapa ngoLwesihlanu ngecala lokubulala uThabo Bester, nowaduma kakhulu ngegama leFacebook Rapist.

Usolwa ngokubulala imodeli uNomfundu Tyulu, 26, eMilnerton ngoSepthemba.

Watholakala egwazwe esifubeni egumbini lendawo elala izivakashi.

UBester waqanjwa ele“Facebook Rapist” ngenxa yokuthi wayesebenzisa le nkundla yezokuxhumana ukulutha nokuheha izisulu zakhe.

Wagwetshwa yinkantolo yaseThekwini ngo-Okthoba ngokudlwengula nokugebenga ababefuna ukuba ngamamodeli.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C High level clouds. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 16-23°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...