Libe nenkinga ibhanoyi eKZN

2012-08-06 07:41

Johannesburg - Ibhanoyi lakwa-1Time kudingeke ukuthi lithi cababa ngokuyisipesheli eKing Shaka International Airport ngempelasonto, kusho okhulumela isikhumulo sezindiza.

Okhulumela lesi sikhumulo uColin Naidoo uthe imigwaqo yamabhanoyi kulesi sikhumulo kudingeke ukuthi ivalwe kusukela ngo-17:00 kuya ku-20:00 ngeSonto.

“Kube nokubambazeleka kwezindiza ngamahora amathathu."

UNaidoo uthe kuzophenywa ngalesi sigameko.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-17°C Sunny. Cool. Pta: 14-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Sunny. Mild. Bloem: 6-16°C Morning clouds. Refreshingly cool.
Dbn: 13-15°C Light rain. Mostly cloudy. Cool. PE: 10-17°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...