Libashonele ababulala umlimi

2012-09-14 11:02

Cape Town - Amadoda amathathu atholwe enecala lokubulala umlimi wamagilebhisi eStellenbosch, u-Alberto Costa esemzini wakhe ngonyaka ofile, ngokusho kombiko wangoLwesihlanu.

Iphephandaba iCape Times libike ukuthi uMfundiso Yese, Simamkele Mralaza noCedrick Vusumzi Mphakathi batholwe benecala lokubulala nokugqekeza ngenhloso yokuphanga, yiNkantolo eNkulu yaseWestern Cape ngoLwesine.

IJaji Andre le Grange uthole ukuthi la madoda akuhlela kahle lokhu kubulala.

Ukushona kukaCosta ezintatha zangoFebhuwari 18, 2011 kwavusa umsindo nokusaba emphakathini wabalimi, kulandela uxhaxha lwezigameko zokuphanga kuleya ndawo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-18°C Sunny. Mild. Pta: 11-24°C Showers late. More sun than clouds. Mild.
Jhb: 7-19°C Showery. Afternoon clouds. Mild. Bloem: 2-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-20°C Partly cloudy. Cool. PE: 9-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...