Libalahlile elokubulala iphoyisa

2013-01-31 08:03

Harrismith - Amadoda amabili alahlwe elakubo ngesikhathi ekhala ngaphansi kwelokubulala iphoyisa elalisaqeqeshwa eNkantolo eNkulu yaseHarrismith, kusho amaphoyisa aseFree State.

UTeko Mphuthi, 26, noMalefetsane Nhlapo, 36, baseLesotho, batholakale benecala lokubulala besebenzisa isihluku, kusho uSergeant Mmako Mophiring.

Uthe la madoda akhanda ngamatshe uConstable Pule Rasebakoa waze washona.

“Bafihla isidumbu sakhe ngokusimboza ngamatshe amakhulu ezintabeni zoKhahlamba."

UMophiring uthe laba babulala uRasebakoa ngoba becabanga ukuthi uzobabophela izimvu ezebiwe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ukhala ngobuhlaza bamanesi obesikwa

Emizuzwini eyi-39 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-14°C Numerous showers. Morning clouds. Cool. Pta: 6-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 9-21°C Sunny. Mild. Bloem: 2-15°C Mostly sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 12-23°C Showers late. More sun than clouds. Mild. PE: 9-19°C Showery. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...