Kwebiwe izikhali

2012-04-16 10:33

Johannesburg - Sekuqalwe uphenyo ngokulahleka kwezikhali ezihlanganisa izibhamu ezingamaR5, ezine ezebiwe eWaterkloof Air Force Base.

Lezi zikhali zisebenza ukugada ubuholi obuhlanganisa uMengameli uJacob Zuma.

Bayishumi abasebenza ukugada ubuholi, okumanje ababhekene namacala, kubika iphephandaba iBeeld.

Kwatholakala mhla zingu-9 Mashi, ukuthi kukhona izikhali ezinyamalele.

Okhulumela uMnyango wezokuVikela uBrigadier General Xolani Mabanga, uthi lukhona uphenyo olwenziwayo.

Uthi okuvelayo okwamanje ukuthi amakhamera asebenza ngaphakathi la kugcinwa khona izikhali abe engasebenzi.

Uthi akukho okukhombisa ukuthi kwagqekezwa, uthi owavula lana kugcinwa khona izikhali wasebenzisa ukhiye.


  – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-21°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 3-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-23°C Morning clouds. Mild. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...