Kwamukelwe izingane ezizalwe ngoKhisimusi

2012-12-25 14:34

Johannesburg - UNgqongqoshe wezeMpilo eGauteng uHope Mankwana Papo wamukele ezinye zezingane ezizalwe ngoSuku lukaKhisimusi ngoLwesibili kuleli, kubika i-Eyewitness News.

UPapo ubehambele eKalafong Hospital e-Atteridgeville, ePitoli nalapho efike wancoma abasebenzi ngokuzinikela ngokusebenza ngamaholidi wase ekhuthaza omama abebeqala ukuba nezingane.

Ingane yokuqala ezalwe kulesi sibhedlela kube yintombazanyana ebingakaqanjwa igama, kanti ibelethwe sekunemizuzu eyishumi kushaye ihora leshumi nambili ebusuku.

"Ngithanda ukuhalalisela omama ngomsebenzi abawenzayo wokuthwala baphinde balethe izimpilo emhlabeni, kwesinye isikhathi ngaphansi kwezimo ezinzima."




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 3-19°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 7-20°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 17-29°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...