Kwakungcno ngisho iBantu Education - Ramphele

2012-03-23 08:00
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Uhlelo lwezemfundo kuleli selubheda kakhulu ngisho uma liqhathaniswa nolwangesikhathi sikahulumeni wobandlululo, kusho iqhawekazi lomzabalazo uMamphela Ramphele, kubika iThe Star ngoLwesihlanu.

"IMaths Literacy... yini yona leyo? Iyihlazo kakhulu kune-Arithmetic engayenza ngaphansi kweBantu Education," kucashunwa uRamphele esho.

Ubekhuluma esifundweni ngoSolomon Mahlangu e-University of Johannesburg.

URamphele uphinde wahlaba izinga lokuphasa kuka-matric, nelinconywa kakhulu kuleli, wathi alamukelekile neze.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-16°C Morning clouds. Cool. Bloem: 6-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...