Kuzovikelwa uTutu

2011-01-13 09:38

Cape Town - Owayeyinhloko yamajaji u-Arthur Chaskalson, ummeli wamalungelo abantu uJoel Joffe kanye nomculi u-Annie Lennox, baphakathi kosaziwayo abeseka u-Aechbishop Emeritus Desmond Tutu, emva kokuphawula akwenzile ngezwe lakwa-Israel.

Lesisicelo, esisayindwe abantu abacela ku-1 600, bahlaba isiphakamiso sokuthi uTutu asuswe njengayena muntu ohamaba phambili esikhungweni iHolocaust esiseKapa kanye naseGoli.

Lsisicelo sethulwe yilowo ongusekela likasihlalo weSouth African Zionist Federation uDavid Hersch, nogxeke ukuphawula kukaTutu ngokuhlaba inqumo yakwa-Israel.

UTutu ke uthe iCape Town Opera Company ayingayi ngonandisa kwa-Israel kanti futhi kumele kupgele nya ukuxhumana kwezikhungo zezemfundo phakathi kwaleli no-Israel.

Kuphinde kwavela nokuthi uyalweseka unswinyo olubhekiswe kuleliya lizwe.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 18-31°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 15-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-24°C Mostly cloudy. Mild. PE: 16-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...