Kuzosiza amabhasi eMlazi

2013-02-01 10:05

Durban - Sekukhishwe amabhasi ukuba athuthe abagibeli abasale bengenazo izinto zokuhamba eMlazi kulandela imibhikisho ehambisana nodlame nogcine ngokushiswa kwezitimela ngoLwesine, kubika iNewswatch.

IMetrorail eKZN ithe bayizinkulungwane abagibeli abathembele eziyimeleni, kanti bazothathwa ngamabhasi ukuyiswa eReunion Station, nokuyilapho bazothola izitimela zokuxhuma.

Kushiswe izitimela ezimbili KwaMnyandu Station ngesikhathi kuqubuka imibhikisho.

Okhulumela iMetrorail uThandi Mkhize uthe uphenyo lokuqala luveze ukuthi imibhikisho le isuswe ukuphea kwehora nesigamu izitimela zibambezelekile, nobekungenxa yokwebiwa kwamakhebuli.

"Sinxusa umphakathi ukuthi usiphe ulwazi ngalokhu ukuze sizokwazi ukubamba izigilamkhuba."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-18°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 16-28°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-29°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-24°C Scattered showers. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...