Kuzokhishwa iziboshwa ngoshwele

2012-12-25 10:08

Johannesburg - Iziboshwa ezine ezanikezwa udilikajele ngesikhathi zigwetshwa, zizokhishwa ngoshwele, kusho uMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo.

"Lezi ziboshwa zizogadwa ngeso elibukhali, okubalwa nendlela ezisebenzisayo ngayo ubuchwepheshe," kusho okhulumela uMnyango uJames Smalberger esitatimendeni.

Uthe uPetrus Legong, Riku Nortje, Zuko Nato noBennett Mzoko bazokhishwa ngoshwele, kuthi uCornelius Johannes van Wyk athole ushwele wosuku kusukela ngoJanuwari 1.

Ushwele wosuku uchaza ukuthi isiboshwa singaphuma emini ejele kepha sibuye ebusuku.

Uthe uNgqongqoshe woMnyango uSibusiso Ndebele ukuphasisile lokhu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 1-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 0-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -1-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-19°C Afternoon clouds. Cool. PE: 10-16°C Showers early. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...