Kuzogwetshwa umbulali kaDewani

2012-11-21 08:05

Cape Town - Kulindeleke ukuthi kwehliswe isigwebo somunye wababulali besivakashi saseBrithani, u-Anni Dewani, eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape, ngemuva kokugojelwa yicala.

UXolile Mngeni, 25, utholakale enecala lokuphanga esebenzisa indluzula, ukwakha itulo lokubulala nokutholakala nesibhamu nezinhlamvu okungavunyelwe.

UMngeni wangena ebhokisini lofakazi ezimele, kepha wehluleka ukuvezela inkantolo ubumsulwa bakhe.

UDewani wadutshulwa wabulawa eGugulethu ngoNovemba ka-2010, ngesikhathi esekhefini ngemuva komshado nomyeni wakhe uShrien.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Bayazizela 'ongane ko-Sugar daddy'

Emizuzwini eyi-48 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More clouds than sun. Mild. Pta: 9-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-16°C Morning clouds. Cool. Bloem: 6-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-17°C Scattered showers. Partly cloudy. Cool. PE: 14-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...