Kuzofakwa amakhameara ebhulohweni eThekwini

2012-10-25 10:01

Durban - Kuzofakwa amakhamera ekulindeleke ukuthi athwebule izigilamkhuba ezijikijela izimoto ngamatshe uma zidlula ebhulohweni elikuN2 ngaseMhlanga, KwaZulu-Natal, kusho inkampani yakwaSA National Roads Agency Limited (Sanral).

"Kumele umsebenzi wonke ube usuphothuliwe ngenyanga kaNovemba, kusho imenenja yakwaSanral, esifundazweni uLogashri Sewnarain.

USewnarain uthe kamuva nje kubikwe ngezehlakalo ezimbili zokujikijelwa kwezimoto, kuthiwa zijikijelwe ngothize obemi ebhulohweni labahamba ngezinyawo iBlackburn.

Izehlekalo zokujikijelwa kwezimoto sezike zathatha imiphefumo.

"Sizama ukuthola indlela ekungavinjwa ngayo abahamba ngezinyawo ukuthi bakwazi ukubona izimoto ezihamba phansi emgwaqeni. Inhloso yalokhu ukuqeda izehlakalo zenkohlakalo yokushaywa kwezomoto ezidlulayo," echaza.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 17-28°C a few showers. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-24°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-23°C More clouds than sun. Mild. PE: 14-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...