Kuzanywa ukuxoxa nabosizo lokuqala abatelekile

2012-11-22 12:04

Johannesburg - UMnyango wezeMpilo e-Eastern Cape uzama ukuxoxisana nabasebenza ukuhambisa usizo oluphuthumayo, ngenhloso yokuthi babuyele emsebenzini njengoba bangena esetelekeni.

Okhulumela uMnyango uSiyanda Manana uthe uMnyango ubambe izingxoxo nezinhlaka ezimele abasebenzi.

"Bavumile ukubuyela emsebenzini," kusho uManana.

Abasebenzi bangene esitelekeni bekhala ngezinto ezithinta amaholo, ukusebenza isikhathi esengeziwe kanye neminye imihlomulo, kuthiwa abanye abasebenzi bakweletwa imali kusukela ngonyaka ka-2006.

Isiteleka kuthiwa siphazamise umsebenzi koMasipala abahlanganisa iNelson Mandela, Chris Hani, Mthatha nakuMasipala waseMathole.

I-SA Communist Party iscele isifundazwe ukuthi sisheshise silungise udaba lwabasebenzi.

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered clouds. Mild. Pta: 17-25°C a few tstorms. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-18°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-21°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C Showers early. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...