Kuza kahle ngolukaDewani - NPA

2012-08-09 07:47

Cape Town - Ukuvunywa kwecala nokuphenduka ufakazi woMbuso okwenziwe ngenye yezinkabi ezabulala umshadikazi u-Annie Diwani, kuqinisa kakhulu amathuba okuthi kubuyiswe ungqondongqondo kulokhu kubulala uShrien Dewani, kusho inhlangano yezokushushiswa kwabantu.

"Sithokozile futhi sanelisekile ngesivumelwano se”nkabi”. Sekuhleli obala konke okwenzeka ngesikhathi kwenziwa icala,” kusho okhulumela iNational Prosecuting Authority u-Eric Ntabazalila said.

"Kuyabonakala ukuthi uShrien Dewani waba yingxenye enkulu yetulo...kuvela nokuthi umsolwa uXolile Mngeni nguye owadubula."

NgoLwesithathu uMziwamadoda Qwabe uvume icala, wagwetshwa iminyaka engu-25 ebhadla ejele.
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-27°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 16-25°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-22°C Afternoon clouds. Cool. PE: 16-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...