Kuyamoshwa ukudla kuleli - Umbiko

2013-01-11 13:02

Cape Town -  Njengoba izwe lingase libhekane nezinkinga zokuphela kokudla, sekuvele ukuthi iNingizimu Afrika imosha cishe ukudla okungalinganiselwa ku-R9 million minyaka yonke.

Abezindaba ze-Eyewitness News bathi iCouncil for Scientific and Industrial Research (CSIR), ithi lokhu kudla kumosheka kusukela kwabezolimo kuya kubantu.

Kuthiwa cishe kungu-27% ukudla okulahlekayo uma kusalungiswa noma sekupakishwa.

Usosayensi uSuzan Oelofse, esohlelweni iKieno Kammies Show kwi-567 CapeTalk, uthei i-CSIR izama ukuthola izindlela zokunciphisa izinga lokumosheka kokudla.

“Ukubandisa ukudla kungasiza ekunqandeni le nkinga yokumosheka kwakho”



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-13°C Sunny. Cool. Pta: 4-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Mild. Bloem: 0-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-22°C Sunny. Cool. PE: 6-16°C Sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...