Kuxwayiswa abashayeli abadla amagalane

2011-12-30 14:47

Johannesburg - Izikhulu zaseMpumalanga sezixwayise abashayeli abadla amagalane emigwaqeni ngokuthi bangase bazithole belala bebaliwe noma baphucwe izincwadi zokushayela.

"Ngeke singabaze ukubopha abashayeli abaphula imithetho yemigwaqo nabafuna ukubeka izimpilo zabanye engozini," kusho uNgqongqoshe wezokuPhepha koMphakathi eMpumalanga, uVusi Shongwe esitatimendeni.

"Isivinini esiphezulu yiyona mbangela enkulu yokuthi abantu balahlekelwe yizimpilo zabo ezingozini zemigwaqo, ngakho-ke sithanda ukuxwayisa abashayeli ngalokho."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 16-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-28°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 15-24°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...