Kuvundululwe izikhali eGauteng

2011-01-11 10:10
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Kuvundululwe indawo lapho kufihlwe khona izikhali, izinto zokwakha iziqhumane kanye nokunye eKatlehong, eGauteng.

"Izicucu zokwakha iziqhumane, iziqhumane, ama-AK-47s kanye nezinye izinhlobo zezikhali zitholakale kuMukhari Street ieKhumalo Valley," kusho uLieutenant Colonel Lungelo Dlamini.

"Abezindaba basazolandiswa ngalokhu endaweni yesigameko."

uDlamini akakwazanga ke ukunikeza aminye imininingwane, okubalwa nokuboshwa osekwenziwe.

"Leyo mininingwane izovezwa kungekudala."

- SAPA

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-24°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-17°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...