Kuvijwe abasebenzi basemapulazini abangatelekile

2013-01-09 11:03
Yabelani Shicilela

Cape Town - Abasebenzi basemapulazini abasesitekeni, babonakale bejikisa amaloli namabhasi eWolesly, bezama ukuvimba abasebenzi basemapulazini abakade bezama ukuya emsebenzini, abangasiyo ingxenye yesiyeleka, kusho izindaba zakwaSABC.

Abasebenzi laba kuthiwa bavale nomgwaqo ongenela elokishini.

Abalimi emapulazini aseHex River Valley, kuthiwa sebeqashe izinkampani zonogada abazimele, ukuthi zizpqapha isimo.

Abasebenzi basemapulazini eWestern Cape, bangena esitelekeni samaholo, befuna umqashi abanike imali esukela ku-R69 iya ku-R150, ngosuku.

Abantu ababili bashona ngesikhathi kuqhubeka isiteleka kwaphinda kwalimala impahla yesigidi zamarandi.

Isiteleka saqala mhlaka-27 Agasti saphela mhlaka-4 Disemba.

Ngesonto eledlule iCongress of SA Trade Unions (Cosatu), imemezele ukuthi isiteleka sizoqala phansi ngoLwesithathu.
 



 

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-21°C Sunny. Mild. Bloem: 11-25°C Sunny. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 15-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...