Kuvele 3 ngelokubulala e-E Cape

2013-02-12 12:03

Johannesburg - Bavelile abasolwa abathathu abanukwa ngokubulala eNkantolo yeMantshi yaseButterworth, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape ngoLwesibili.

USiyabonga Bikitsha, 33, Anda Gogodla, 33, noSisa Gobingca, 39, bavele enkantolo ngoMsombuluko, kusho uCaptain Jackson Manatha.

Icala lihlehliselwe uFebhuwari 18, kanti abasolwa bazogqunywa esitokisini.

Basolwa ngokugwaza uLizo Mxhuma, 20, ngoMgqibelo eZitulele ngaseButterworth.

UMxhuma uphuthunyiswe esibhedlela kepha waphelela emagcekeni.

Abasolwa zibakhalele ngeSonto.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

ISilo sicele ukwengezelwa ngo-R10m

Emizuzwini eyi-18 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 17-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Warm. Bloem: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-28°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...