Kuthunyelwe amasosha akuleli eCAR

2013-01-07 09:01

Bangui - Uhulumeni waseNingizimu Afrika usephasise ukuthi kuthunyelwe amasosha akuleli angu-400, eCentral African Republic (CAR), ukuyokwelekelela amasosha ezwe alwa namavukela mbuso.

"UMengameli uJacob Zuma uphasise ukuthunyelwa kwamasosha angu-400, ukuthi ayosiza eCAR," kusho isitatimende seHhovisi likaMengameli.

Abasosha azohlala eCAR kuze kube ngu-2018.

Okunye ekuthiwa kuzokwenziwa ngamasosha akuleli, kunguqeqesha amasosha aseCentral African Republic, aphinde asize ekulwisaneni namavukela mbuso.

Inkambi yamasosha akuleli izokuba bude buduze nendlu kaMengameli waseCAR uFrancois Bozize.

Amazwe ahlanganisa iGabon, Congo neCameroon, asethumele amasosha angu-120, izwe ngalinye, ngenhloso yakho ukuzama ukwelekelela kuleliya lizwe.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-25°C Numerous showers. High level clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...