Kuthunjwe, kwadlwengulwa owesifazane eThekwini

2012-11-01 10:28

Durban - Owesifazane oneminyaka engu-25 ubudala usesale evevezela ngemuva kokuthunjwa eBluff, eThekwini, wadlengulwa waphucwa nemoto.

IThe Mercury ibike ukuthi owesifazane uhlaselwe abesilisa ababili esegalaji likaphethiloli ngoLwesibili ekuseni esemotweni yakhe.

Ubaba walona wesifazane uthe indodakazi yakhe igcwele ukwesaba ngenxa yalesi sehlakalo nakuba imininingwane egcwele ngokwenzekile ingakaziwa.

Watholwa ntambama ngalo lelo langa eSiphingo wabe eseyiswa esibhedlela.

Ngemuva kokunyamalala kwakhe kwakhishwa imiyalezo emchazayo kanye nezinombolo zemoto enkundleni yezokuxhumana iTwitter.   

Okhulumela amaphoyisa ukuqinisekisile ukuthi kuphenywa ngecala lokuduna imoto nelokudlwengula.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-18°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. PE: 12-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...