Kuthunjwe abantu esibhedlela eThekwini

2012-04-27 10:33

Durban - Sekuthunyelwe inqwaba yamaphoyisa esibhedlela eWestville eThekwini kulandela imibiko engakaqinisekiswa ethi kuthunjwe abesifazane ababili ngaphakathi ekhishini esibhedlela.

Abezindaba abasendaweni yesehlakalo bathi amaphoyisa ami ngomumo azama ukungenelela ekusizeni abesifazane abathunjwe ngumlisa mumbe.

Kuthiwa oyedwa walaba besifazane usethole ukulimala.

Umthumbi kusolakala ukuthi yindoda eke yalashwa kusona lesi sibhedlela.

Kuthiwa udokotela obekhona kwenzeka isehlakalo ukhe phansi.

Okwamanje amaphoyisa kanjalo nabezimo eziphuthumayo bebengakaqinisekisi lutho.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-19°C Mostly sunny. Cool. Pta: 18-30°C Tstorms late. Broken clouds. Warm.
Jhb: 15-26°C a few showers. Mostly cloudy. Warm. Bloem: 18-26°C Thunderstorms. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 22-30°C Tstorms late. Mostly cloudy. Warm. PE: 20-26°C Rain late. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...