Kutholwe owesilisa ebulewe eSoweto

2012-07-10 14:08

Johannesburg - Kutholakale owesilisa eshonile eZondi, eSoweto, ngokusho kwamaphoyisa esifundazwe iGauteng.

UWarrant Officer Kay Makhubela uthe ubedutshulwe esiphundu.

"Sisola ukuthi ubulawe ezintatha."

Isisulu siko-50 ubudala, kanti amaphoyisa asazama ukuthola ukuthi ungubani.

"Akukho selula nasikhwama semali, ngakho kungenzeka ukuthi ubegetshengwa," kusho uMakhubela.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 11-29°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-24°C High level clouds. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...