Kutholwe owesifazane ebulewe

2012-10-24 14:02

Johannesburg - Owesifazane aseNorth West utholakale eshonile emzini wakhe oseGopane Village, eMotswedi ngaseRustenburg, kusho amaphoyisa ngoLwesithathu.

Isidumbu sika-Emely Mmsethilo Ramogale, 65, sitholwe ngumakhelwane ngoLwesibili, ubenamanxeba ekhanda, kusho uCaptain Aasje Botman.

UBotman uthe kubukeka sengathi lona wesifazane ushaywe ngokuthile okucijile.


 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 10-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 6-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...