Kutholake umbungu ePMB

2012-03-22 14:02

Johannesburg - Kutholakale umbungu esikhotheni ngasebhulohweni elikuCollege Road eMgungundlovu ngoLwesine, kusho abezimo eziphuthumayo.

Lo mbungu, obuphakathi kwamasonto angu-20 no-25 ubudala, utholwe yindoda ehlala ngaphansi kwaleli bhuloho, kusho okhulumela abakwaNetcare 911 uJeffrey Wicks.

Le ndoda ibone ibhokisi esikhotheni, yathola lo mbungu phakathi.

Amaphoyisa ayaphenya ngalokhu.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-26°C Sunny. Mild. Pta: 18-30°C Widely scattered tstorms. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-24°C Showers late. Morning clouds. Mild. Bloem: 16-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-27°C Morning clouds. Warm. PE: 18-25°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...