Kutholakale usana lulahliwe

2012-12-19 07:57

Durban - Kutholakale usana luntshingwe eceleni komgwaqo eWestville, ngaphandle kweTheku, kusho abezimo eziphuthumayo.

“Ingane ihloliwe kwatholakala ukuthi ibinokushiswa yilanga okuncane nje ebusweni kanti iphila saka. Ibe isiphuthunyiswa eLife Westville Hospital ukuze iyothola olunye usizo lwezempilo," kusho okhulumela abakwa-ER24 uDerrick Banks.

Uthe le ngane itholwe eceleni komgwaqo.

“Bezikhona izikhulu zomthetho endaweni yesigameko njengoba zithembise ngokuphenya ngalesi sigameko."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Usesejele uPistorius

2014-10-21 18:25
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...