Kutholakale umsebenzi wasendlini ebulewe

2012-12-12 12:02

Johannesburg - Umsebenzi wesendlini utholakale eshonile endlini esepulazini likabasi wakhe eKraalhoek, ngaseRustenburg, kusho amaphoyisa aseNorth West, ngoLwesithathu.

Owesifazane oneminyaka engu-43 ubudala utholakale egumbini lokuphumula ngoLwesibili, etholwa ngumsebenzi wasengadini, nomunye umsebenzi wakuwo lo muzi, kulandisa uLieutenant Colonel Lesego Metsi.

Kukholakala ukuthi utholwe yinhlamvu, engene ngomnyango wasegalaji njengoba kutholakale igobolobho lesibhamu esiyi-9mm.

Isisebenzi besigade umuzi njengoba ubasi eseholidini.

"Yonke impahla ehlanganisa izimoto, amaselula nempahla yasendlini, kunjengoba kunjalo. Akukaze kuthintwe," kusho uMetsi.

Amaphoyisa ayaphenya.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Sesimi ku-9 isibalo sabashonile engozini

Emizuzwini eyi-11 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Warm. PE: 10-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...