Kutholakale umbungu emgqonyeni

2013-02-18 16:36

Cape Town - Kutholakale umbungu ufakwe esikhwameni ebesiseduzane nomgqomo kadoti eDunoon, eKapa, ngempelasonto.

Amaphoyisa, nabizwe yizakhamuzi, avule icala lokufihlwa kokuzalwa komuntu, kusho uLieutenant Colonel André Traut.

UTraut uthe umbungu lo kukholakala ukuthi ubusunezinyanga ezine kuya kwezinhlanu esiswini sikanina.

“Ngingaqinisekisa ukuthi kutholakale umbungu ngasemijondolo yaseBhekela, eDunoon ngeSonto ngabo-19:00,” kuqhuba uTraut.

“Umbungu utholakale esikhwameni ngasemgqonyeni. Umama wengane akaziwa okwamanje, kanti uphenyo luyaqhubeka."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

'Wangifakele isichitho usugar mama'

Emizuzwini eyi-5 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-25°C Sunny. Mild. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-18°C Sunny. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-22°C Morning clouds. Cool. PE: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...