Kutholakale ugwayi ka-R5 m ongumkokotelo

2011-08-31 11:22

Johannesburg -ITobacco Institute of SA ithe kutholakale ugwayi ongekho emthethweni ongabiza ngaphezu kuka-R5m eBenoni ngo-Agasti.
 
"Kudayiswa ugwazyi ongu-5 million ongekho emthethweni zonke izinsuku kuleli, nobeka umnotho wakuleli engozini ngenxa yokuthi awukhokhelwa intela ebalelwa ku-R3bn ngonyaka," kusho isikhulu sale nhlangano uFrancois van der Merwe.

KwaZulu-Natal, kwabhadanywa ugwayi ongu-500 000 ongekho emthethweni eVerulam ngo-Agasti 10 kwaboshwa abantu ababili.

E-Eastern Cape, uphiko lwe-customs eSARS lathola ugwayi ongumkokotelo ongaphezu kwesigidi e-Adelaide ngo-Agasti 5.

Ugwayi ongekho emthethweni yilowo oshushumbisiwe noma lowo ongakhokhelwanga intela.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-29°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-28°C a few tstorms. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-27°C Heavy rain. Breaks of sun late. Warm. PE: 14-19°C Passing showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...