Kutholakale obhejane bebulewe eKZN

2012-09-25 10:01

Durban - Kutholakale obhejane ababili bebulewe KwaZulu-Natal, nosekubeka ku-39 isibalo salezi zilwane ezibulewe kulo nyaka, kusho umbiko wephephandaba iThe Witness ngoLwesibili.

"NgeSonto kutholakale ubhejane owodwa ufile eHluhluwe, ngaseMfolozI-Hluhluwe Game Reserve nokukholakala ukuthi wazingelwa wabulawa emasontweni amathathu edlule," kusho oweZemvelo KZN Wildlife, uMusa Mntambo.

UMntambo uthe omunye ubhejane utholakale eSmangaliso Wetland Park Authority.

Ngokwe-website i-stoprhinopoaching.com, selimi ku-388 inani lobhejane ababulwe kulo nyaka kuleli.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C High level clouds. Mild. Pta: 3-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-14°C Sunny. Cool.
Dbn: 10-22°C More sun than clouds. Cool. PE: 13-15°C Scattered showers. Breaks of sun late. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...