Kutholakale izithandani zishonile

2012-12-04 07:39
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Owesilisa waseSoweto nonkosikazi wakhe batholakale beshonile emzini wabo, kusho amaphoyisa aseGauteng.

“Kusolakala ukuthi indoda ibulale unkosikazi ngokumshaya ngesikhali esingaziwa esiphundu,” kusho uWarrant Officer Kay Makhubela.

“Ngemuva kokubona ukuthi umbulele, ube esethatha intambo wazikhunga.”

UMakhubela uthe laba batholwe wumzukulu wabo wentombazane, 8, ngesikhathi ebuya esikoleni.

Kuthiwa lezi zithandani bezihlala ngokuhilizisana, kanti owesifazane wake wathola incwadi evimbela umyeni wakhe ukuba asondele kuyena.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 10-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-17°C Sunny. Mild. Bloem: 6-16°C Mostly sunny. Cool.
Dbn: 17-22°C Morning clouds. Mild. PE: 11-19°C Passing showers. Clearing skies. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...