Kutholakale izidakamizwa ezikoleni zaseSoweto

2012-02-21 16:26

Johanensburg – Amaphoyisa athole insangu nezinye izidakamizwa ezikoleni ezimbili zaseSoweto ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa, uWarrant Officer Kay Makhubela uthi kutholakale amaphakethe angu-35 we-nyaope, engadayiswa ngo-R30 ngephakethe.

Amaphoyisa aphuce imali abayithole kumfana oneminyaka engu-14, ofunda uGrade 9.

Esikoleni sesibili, amaphoyosa athole insangu.

"Sithole intombazane ixube insangu ne-Zam-Buk, eyingozi kakhulu," ushilo.

Abanye abafundi batholwe nogwayi abebewudayisa.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Mostly sunny. Cool. Pta: 18-30°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 5-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-18°C Showery. More clouds than sun. Cool. PE: 12-19°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...