Kutholakale isidumbu sominze eR' Bay

2013-01-08 13:02

Johannesburg - Kutholakale isidumbu sebhungu elineminyaka engu-22 ubudala, elinyamalale olwandle lwaseRichard's Bay, kusho abakwaNational Sea Rescue Institute (NSRI).

NgoMsombuluko, kuhlatshwe ikhwela ngesikhathi kubonakala indoda ebingathi ihlangabezana nobunzima ngesikhathi isemanzini eSt Lucia Beach, endaweni engu-80 kilometres, ukusuka enhla neRichard's Bay, kusho okhulumela abakwa-NSRI esiteshini esiseRichard's Bay, uCommander Dorian Robertson.

Uphenyo lwabakwa-NSRI aluphumelelanga, isidumbu size satholakala ngoLwesibili sesihlanzwe wulwandle.




 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Sunny. Cool. Pta: 15-23°C a few showers. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 13-19°C a few showers. Breaks of sun late. Mild. Bloem: 14-21°C a few showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 18-26°C More clouds than sun. Mild. PE: 19-30°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...