Kutholakale isidumbu sengane sesonakele

2012-09-18 07:54

Tamara - Kutholakale isidumbu sengane yomfana sesonakele esikhotheni saseTamara, esifundazweni i-Eastern Cape, kusho amaphoyisa.

Ngokusho kukaLieutenant Siphokazi Mawisa uthe abahlali bathole lesi sidumbu ngeSonto ntambama.

"Kutholakale nezingubo zomuntu wesifazane kanye nezicathulo endaweni ekutholakale kuyo isidumbu.”

Amaphoyisa awakaqinisekisi imbangela yokufa kwengane njengoba isidumbu sitholakale sesonakele kakhulu, ingane lena ilinganiselwa eminyakeni eyisishiyagalolunye ubudala.
 

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Sunny. Cool. Pta: 15-23°C a few showers. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 13-19°C a few showers. Breaks of sun late. Mild. Bloem: 14-21°C a few showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 18-26°C More clouds than sun. Mild. PE: 19-30°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...