Kutholakale isidumbu sengane esitamukokweni

2012-07-16 16:45

Johannesburg - Abasebenzi bakaMasipala waseMafube eFree State bathole isidumbu sengane eneminyaka emibili ubudala silahlwe esitamukokweni, kusho amaphoyisa ngoMsombuluko.

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Mmako Mophiring uthe abasebenzi bebeqhuba umsebenzi wabo njengenjwayelo ngesikhathi bezithela esidunjini sengane.

Okwamanje ingane lena ibingakahlonzwa, kuyacelwa abantu bavele emaphoyiseni uma kukhona abakwaziyo.

Ingane ibigqoke ibhuluko elibomvu, ijezi elinenhliziyo enombala obomvu kanye namasokisi anombala okuhlaza nophinki.

UMophiring uthe kuzohlolwa isidumbu sengane.


 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...