Kusuke isiphithiphithi unkosikazi wokuqala emisa umshado

2015-08-24 14:33

Johannesburg – Kusuke esinamathambo ehholo lakwaBulawayo, eZimbabwe, ngesikhathi owesilisa ezama ukushada isinyenyela nonkosikazi wesibili.

Kuthiwa unkosikazi wesibili wathola ngale ndumezulu ngemuva kokuba nephupho, elaqinisekiswa ngumthandazi, kubika iBulawayo24.

UNobuhle Nkomo umangaze izethameli nezihlobo ebezihambele umshado kaSheppard Nzara noClemencia Munkuli ngesikhathi emisa umshado.

OLUNYE UDABA: Umshado wesine kowayeshade nomlingisi wodumo

UNkomo emisa umshado uthe ushade ngokwesintu noMankuli, wase etshengisa umfundisi izitifiketi zokuzalwa zabantwana babo abane kanye nezithombe zomndeni.

Umshado awubange usaqhubeka ngoba umkhwenyana akakwazanga ukuphika ukuthi bashadile noNkomo.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
4 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Haze. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 20-24°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...