Kusocongwe induna eKZN

2012-07-11 07:59
Yabelani Shicilela

Durban - Kutholakale induna ibulewe KwaZulu-Natal, kusho uNgqongqoshe wezokuThutha, ukuPhepha nokuXhumana koMphakathi, uWillie Mchunu ngoLwesibili.

Lesi yisigameko sesithathu sokubulawa kwesikhulu somphakathi esikhathini esingangesonto, kusho uMchunu.

Ezwakalisa ukukhathazeka, uMchunu ucele wonke amaqembu ezombusazwe ukuba aqikelele ekutheni amalungu awo aziphatha ngendlela efanelekile.

“Kumele bashumayele ivangeli lokuthula nokwehlisa amaphaphu ukuze kugwemeke izigameko ezifuze lezi," esho.

UMchunu uthe le nduna yaseVryheid, eNgenetsheni, itholakale idutshuliwe nesikhathi umndeni uyoyithungatha ngoba ubona ingasabuyi ukuyolanda izinkomo.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...