Kushone ungqongqoshe engozini yemoto

2015-03-15 08:25

Johannesburg - UNgqongqoshe wezemiSebenzi kaHulumeni uCollins Chabane ushone engozini yemoto ngeSonto ekuseni, kusho iHhovisi likaMengameli.

"UMengameli Jacob Zuma udumele ukumemezela ukuthi uChabane akasekho emhlabeni kulandela ukwehlelwa yingozi yemoto ezintatha ngeSonto,” kusho okhulumela umengameli uMac Maharaj.

OLUNYE UDABA: UNgqongqoshe udlulise awenduduzo emndenini womshayeli

"Sishaqeke kakhulu ngokudlula kweqabane elalizinikele emzabalazweni,” kusho uZuma.

"Silahlekelwe kakhulu singuhulumeni kanye nezwe lonkana.”

UChabane wayenguNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli ngaphambilini.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 13-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 10-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-27°C Sunny. Warm. PE: 14-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...