Kushone umvukuzi eHarmony

2012-05-11 12:04

Johannesburg - Kushone umvukuzi emayini iHarmony Gold, e-Evander, eMpumalanga engozini ebandakanya imoto ehamba emathunjini omhlaba uma kuqhutshwa lo msebenzi, kusho le nkampani ngoLwesihlanu.

"IHarmony iyadabuka ngokubika ukushona komsebenzi kulandela ingozi eyenzeke ngoLwesine, nedlule nomphefumulo womvukuzi. Kuqhubeka uphenyo ngembangela yale ngozi," kusho le nkampani esitatimendeni.

Ukusebenza kwalezi zimoto kule mayini kusamisiwe kuze kube kuphothulwa uphenyo.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Cool. Pta: 19-32°C More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Showers early. Morning clouds. Mild. PE: 18-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...