Kushone umuntu umshayeli eshaya 'isidudla'

2012-12-10 07:37
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Zimkhalele owesilisa oshayise wabulala umuntu obehamba ngezinyawo ngesikhathi eshaya 'isidudla' ngemoto yakhe e-Ikageng, kusho amaphoyisa aseNorth West.

“Le ndoda, ebishayela iVW Golf, kusolakala ukuthi ibishaya isidudla ngemoto kuMogolodi Street yase ishayisa umuntu obehamba phansi. Uzamile ukubaleka kodwa izakhamuzi zambamba," kusho okhulumela amaphoyisa uSergeant Philani Nkwalase.

Lo mshayeli kusolakala ukuthi ubecwile ezinkambeni zikaFaro.

Uphinde washayisa abanye abantu abane ngesikhathi ezama ukubaleka.

Umsolwa kulindeleke avele eNkantolo yeMantshi yasePotchefstroom ngecala lokubulala ngokungenhloso.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kumenele odubule wabulala intombi

Emizuzwini eyi-21 edlule
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...