Kushone umshayeli weloli eSoweto

2012-08-31 16:22

Johannesburg - Kushone umshayeli weloli ngesikhathi kudaleka ingozi yomgwaqo liginqika eProtea Glen, eSoweto, kusho abahambisa usizo oluphuthumayo eGoli.

Kubukeka sengathi umshayeli weloli elinamasondo angu-18 ubezama ukuvika ezinye izimoto ngesikhathi kudaleka ingozi, kusho okhulumela abezimo eziphuthumayo uRobert Mulaudzi.

Umshayeli utholakale ebhajwe ngaphakathi elolini, kudingakale kusetshenziswe izinsimbi ukuzama ukumtakula, kusho uMulaudzi.



 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-26°C Sunny. Mild. Pta: 19-27°C Widely scattered tstorms. Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-22°C Isolated tstorms. More clouds than sun. Mild. Bloem: 17-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Showers early. More clouds than sun. Mild. PE: 18-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...