Kushone umsebenzi ewa

2012-04-26 16:11
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umsebenzi wasenkontilakeni eBenoni ushonile ngesikhathi ewa ngemuva emotweni eyiveni ebithwele abasebenzi, kusho abezimo eziphuthumayo.

Okhulumela abakwa-ER24 u-Andre Visser uthi kusolakala ukuthi umufi uzam ukugxumela emotweni ebihamba ngebhadi wawela emgwaqeni washona.

"Umufi uthole amanxeba amambi ekhanda kanjalo nasentanyeni. Kufika abosizo lokuqala ubengasaphefumuli," kusho uVisser.

"Bazamile ukumphaphamisa kwanhlanga zimuva nomoya, ushonele endaweni yesehlakalo."


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Showers early. Morning clouds. Mild. Pta: 6-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 13-21°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...