Kushone umsebenzi efemini ePMB

2011-11-14 14:03

Johannesburg - Abezimo eziphuthumayo bathi kushone umsebenzi efemini eseMgungundlovu ngesikhathi ewelwa ama-tiles ngoMsombuluko.

"Lo msebenzi ubeyothutha ama-tiles abelayishwe elolini nokuthe uma evula umnyango yonke into yawela kuyena," kusho okhulumela abakwa-ER24 uDerrick Banks.

Uthe le ngozi yenzeke ngezithuba zawo-10:30 eWillowton.

"Sizamile ukumsiza kodwa kwazinhlanga zimuka nomoya ngenxa yokulimala akutholile," kusho uBanks.

Lo wesilisa ubeseminyakeni yobudala ebalelwa ko-40.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone izingane ugogo elala epheka

Emizuzwini eyi-29 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-15°C Sunny. Cool. Pta: 7-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-16°C Morning clouds. Cool. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-21°C Morning clouds. Cool. PE: 7-17°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...